song lyrics / S'fiso Ncwane / Masihlanganeni lyrics  | FRen Français

Masihlanganeni lyrics

Performer S'fiso Ncwane

Masihlanganeni song lyrics by S'fiso Ncwane official

Masihlanganeni is a song in Zulu

Bazalwane masihlanganeni sicule (Hallelujah)
Omncane nomdala masicule (Hallelujah)
Ogogo nabomkhulu masicule (Hallelujah)
ESouth Africa naseBotswana masicule (Hallelujah)

Wonk'umhlaba masihlanganeni sicule (Hallelujah)
WaseZayoni nowaseKatolika masicule (Hallelujah)
Epetishini hallelujah masicule (Hallelujah)

Ngob'impilo zethu zonke
Ziphethwe Nguye uSomandla
Kubalulekile ukuthi sihlanganeni
Sithandane Sibe moya munye

Bonk'abantu abahlangane
Bakhuleke Kuy'uJehovah
Ngoba nguye kuphela
Owazi konke ngempilo zethu

Abancane nabadala masicule (Hallelujah)
Abogogo nabomkhulu masicule (Hallelujah)
EMpumalanga nakhon'eSwazini masicule (Hallelujah)
Abezitende nabefundisi masicule (Hallelujah)
NaseLimpopo, nase Botswana masicule (Hallelujah)
NaseNatali naseCape Town masicule (Hallelujah)

A re moshapeleng matsogo
Re binele hallelujah
A re mdumiseng Jehovah
Tsohle, tsohle

Masimthandazen'uJehovah
Sicule sonke simdumise
Masimculeleni uhallelujah
Sihlangane sibe munye

(Hallelujah)
Nase Eastern Cape nase Cape Town masicule (Hallelujah)
Bazalwane masivule siculele (Hallelujah)
Bazalwane masihlanganeni simdumise (Hallelujah)
Iya yeh hallelujah eya eya heh (Hallelujah)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Masihlanganeni lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Warning: too many tries, please re-try in a few minutes...