song lyrics / Xolly Mncwango / Umzuzu lyrics  | FRen Français

Umzuzu lyrics

Performer Xolly Mncwango

Umzuzu song lyrics by Xolly Mncwango official

Umzuzu is a song in Zulu

Umzuzu nay'uJesu
Uyaguqula njalo
Usizi (Usizi nenkathazo)
Yebo (Uyawuxosh'uvalo)
Ngingenwa (Ngingenwa ukwethaba)
Noma (Noma ngimbheka ke)
Ubuhle (Ubuhle balomhlaba)
Ngishay'indiva nje

Sengathi (Sengathi ngibe nawo)
Mihleni yonke yami (Mihleni yonke yam)
Umzuzu (Umzuzu nay'uJesu)
Ekuhambeni kwami
Kufisa (Kufisa kwami konke)
Impela yikho (Impela yikho ke)
Kuze (Kuze kube phakade)
Mina ngihlale naye (Ngihlale naye ke)

Ey kufisa (Kufisa kwami konke)
Impela yikho (Impela yikho ke)
Kuze kube phakade naphakade, naphakade (Kuze kube phakade)
Ngitholakale ezinyaweni zakhe (Ngihlale naye ke)
Kuze (Kuze kube phakade)
Kumnand'uhlala kuye (Ngihlale naye ke)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Umzuzu lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Forgot your password ?
Create an account (free)
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the clock
2| symbol at the top of the television
3| symbol to the left of magnifying glass
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid